Umsebenzi oshawe amabhungu amabili aqala eqhudelana ngokuthi ubani onebala elizothe kakhulu, kwaze kwagcina kuvunyelwana ukuthi zindala zombili. Zakuthatha lokho zakufaka koBeat, ethembeni lokuthi uzowuthakasela umculo ozothile.
- Release Date:March 25, 2021




