Uploaded By
VIEW PROFILE
2.14K Followers
chorus
Muhle hleka muhle khala
muhle hleli muhle hamba
uqinisile umfoka Jama
lo lomntwana yinkunzi
malaba ahhh Phakade lami
wee Gugue lami
wena uyikusasa lami l
ngiyakthanda Dali Phakade lami (Backing Phakadelami)
wee Gugue lami (Backing wee Gugue lami )
wena uyikusasa lami
ngiyak'fila Dali
(Cliff Jeans verse)
Zwana
Sengishota ngalophondo lukabhejani
Ngikhiphe ziphelele ngenkani nomakanjani
WeSthandwasam weDaliwami (Ey!)
Awubambe isandlasami uvaye nami (Ey!)
Ukuthi siyakuphi akulandaba
Ungabanaki futhi ondabandaba
Bazokhuluma kabi ngami
Bengcolisa igamalami bezama ukutshayelela mina nawe phansi
Mitchell loObama
Thats how we gonna be
True love Story and its only you and me
Angibanaki laba abanye ngoba bazongitshela ngabo Nosh laboSipho
As if mina ngiyingilosi ngilezami izono
Zwan
- Release Date:November 18, 2025
- Producer:Cliff jeans
- Genre:Afrosounds




